Wabuye wadidwa nayimvunulo lababantu ababeyembatha. https://iafrika.org/ukubaluleka-kwemf/ See more UGcobozi owabe engumnawabo kaPhindela wemuka nalo uThukela bewela. Inkosi uHarrington yakhothama mhlaka 15th November 1987 . UNqengelele wabamisa isibindi ngokuthi icebo labe liyozakha phambili. Yaphuma-ke inqina eyabe iholwa ilamadodana kaMalandela. Bona umlando Solomon kaDinizulu (2 Masingana 1891- 4 ngoNdasa 1933) iNgonyama kaZulu wazalelwa eSentelina ngenkathi uyise Udinizulu esekudingisweni. Isithole leso sazala izinkomo zaba umhlambi. However, they left one of Cetshwayo's relatives, Usibepu (Zibhebhu), alone with his lands intact. Abantu bakwaMcineka bangamaNtungwa Nguni. Isilo sesibuyela ekhaya sapha uHhodlo ingxenye yezinkomo ababezidle empini. Ngokulandela imigudu yezomthetho inkantolo enkulu igcine ibavunile kwabuya okungokwabo. Uzalo lwakhe ngesikhathi seSilo uShaka lugcine selubizwa ngokuthi olwakwaZulu nesizwe sakhe kwaba esamaZulu. Okhandabezindlu nabezindlwana Wafike khona wabika ukuthi uNonkonkela usethathe izinkomo eziyifa lakhe njengenkosana kaShabeni. Isilo uShaka, samqamba uJohn sathi nguTokotoko. Angiqondi nezokubhabhalala UGodolozi noVukubulwana okwabe kungabafowabo beNkosi uPhakathwayo sekukhotheme umnewabo babaleka baya kokhonza eNkosini uZwide kwaNdwandwe kwaNongoma. Umndeni umbona esezinhlungwini futhi kubonakala ukuthi mancane amathuba okusinda wanquma ukumqedela. UNonkonkela isithole leso wasishiya emzini kayise kwaMahlolisa nowabe unganyelwe uDlakadla owabe engumnewakhe omdala. Ilembe lambulala ngoba lithi ngoba wakhe enhla nomfula iMpembeni, uchama ngenhla bese lona liphuza umchamo wakhe ngezansi. Waganwa indodakazi yeNkosi uZwide kaLanga wakwaNdwandwe okunguNompethu. KwaZulu kwakwande lezizimvu ezazibanjwa ezintabeni ezimnyama nezabe zingadliwa kodwa ezazisebenziselwa ukuhlamba uma kushoniwe. Ngaphesheya koThukela wakha ngasemthonjeni womfula iNonoti . Ilolu laka lwakhe olwenza Isilo uCetshwayo kaMpande nakuba wayesesekele kukubi uyise engasafuni singene esihlalweni, wangamethemba. UMntwana uDinuzulu naye wazalwa uyise uCetshwayo engakabi yinkosi .Kodwa ngesizathu sokuthi uMntwana uDinuzulu wayezalwe waba nguye yedwa ingane yomfana kwaphoqeleka ukuba abekwe njeNgonyama kwazise uMntwana uManzolwandle wazalwa iNgonyama uCetshwayo isikhotheme . Wafike wabakhisa laphaya eMzinto. Babebacwasa uma bebabona bedla inyama enoboya nababekholelwa ekutheni imnandi futhi ihlanza isisu. Emfuleni uMhlathuze, okaSenzangakhona wayala izinsizwa ukuba zihlale phansi balinde kuhlwe bese bethatha izikhali babuyele emzini weNkosi uPhakathwayo kwaQwabe. Mhlaka 27 August 1928 wazibula ngendodana. INkosi uPhakathwayo izithunywa waziphendula ngokuthi yena angeke waqhudelane nomfana onepitshana elingasokile nelihlale limile, enjalo nje akanawo kwamabutho. Esanda kuhlala esihlalweni, iSilo uShaka sambulala. Ugcine esebizwa ngoKhangela ngoFasimba . Kulamadodana kuthiwa kwakukhona enomhawu neyavele yadumela inyama yomlenze, nokuyisitho eseyeka kakhulu kunezinye izitho. INkosi uNqetho ibona ukuthi isenzo sabantu bayo sasizokona ubudlelwane bakhe noMagaye wanquma ukugadla kuqala kunaye. Abelungu amaDutch ahlasele ezwenikazini ngowe-1652 amaNgisi ahlasela ngowe-1795 okokuqala abuya okwesibili ngowe-1806 esezoqola amazwe amaningi ase-Afrika. Indaba yenziwe ngabakwaNgenetsheni UShenge wazala uLuzimane, uNgwane, uMnandingamondi, uNqwangumbana, uLuzimane noSoncaka. Ubukhosi kuleyondlu buvele ngoNdunge owabekwa abamhlophe ngesikhathi bephume umbhidlango wokubeka amakhosi. Le ndawo uMadwaba uyiqambe ngoyisemkhulu wakhe wathi iseMamba. Impi yeSilo uDingane yayiholwa nguNdlela kaSompisi wakwaNtuli owayesizwa nguNzobo kaSobandli wakwaNtombela. Ugqame kubusa Isilo uCetshwayo kaMpande. Babuya abakwaMsomi kulendawo eyabe isiyakhelwe oMzulwini. Inkosi uMpande Kasenzangakhona is a historical drama depicting the life of one of the great leaders of the Zulu nation, King Mpande kaSenzangakhona (1798-1872), who was half-brother to the two Zulu kings who preceded him - Shaka and Dingana. Umuzi awakha eManzimtoti wawubiza ngoMthandeni okwabe kuligama lehlalankosi lakwaQwabe kusuka kumbumbi wesizwe uQwabe luqobo kuze kuba iNkosi uPhakathwayo. Eqinisweni lomuzi waseNyakane wawakhiwe isona Isilo uShaka, Ilembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha. Lokhu sasiyokwenza UPhindela lona phela wayeganwe khona kwaGumede(Qwabe). Wahloma waphikelela kwanoNqandaza ngenhloso yokuyolanda izimpahla ezazizalwa inkomo uKhondlo ayeyinikeze uNonkonkela. UMgaba kaMpikayihlangani wabulala ngokugwaza intombi ayeyeshela yakwaBiyela eNtandweni. Ikwenza konke lokhu kayitsheli muntu isu layo, ngisho nezinduna zayo. Lelo litshe yiTshe LikaMangethe. Ekubhalweni lapha, iNkosi ithi ngesiLatini, "O Luna, ake ngibe ngumyeni wakho," ukuqinisa isithombe somshado. Impi isiphelile, iSilo samxoshisa ngokumbeka ukuba asibhekele indawo esuka esiphethwini sezimfolozi emnyama nemhlophe, kunabele kwaNtabankulu. Ngakho igama lakhe lalendodana eyathatha isitho eseyekile ukusuka ngalelo langa yabe isibizwa ngoMeyiwa, nogcine esezala abantu bakwaMeyiwa. UMcineka ube esezala uMabeleni, yena wazala uSende owazala uMthimnyama. UMevana wazala uNdima (Ngovu) yena wazala uNtothoviyane (Msimbothi) yena wazala uMkhiwane, uMahlayisa, uSangiwe, uFinya, uBusobezwe, uQhasha noJoziwe. Sabuye sambeka waba lisekela likaNdunankulu uMasiphula kaMamba waseMgazini. Kwahamba isikhathi uMntwana uMagogo endile endlunkulu engayitholi inkosana. Abahlaseli bama-Arab asebazinza e-Egypt, eTunisia, eLibya, eMorocco baqole lezo zindawo ngenkathi ama-Arab ehlasela kusukela ngowama-640 ADE echela inkolo yomphrofethi wawo uMohammed esuka eMiddle East. Abantu bomdabu bamqambe leligama ngoba bebona amehlo akhe ayeluhlaza njengesibhakabhaka. Wemukelwa nguMphepha kaNtini owabe enguNonqayi omkhulu wesigodlo sakwaNobamba. UNozinja esizwa umhlobo wakhe okunguMpungose noNtombela bashayaphansi ngonyawo batshela uQwabe ukuthi yena njengenkosana kababa ezakhe izinkomo ezinophawu lukayise kuthi ezenyoni kayiphumuli ezinophawu lukaNozinja ngezikaZulu njengenkosana kamama. Babamba elikhulu iqhaza ukulekelela iSilo uShaka silwa neNkosi uPhungashe. Wayesekela iSilo uDingane kuleyompi. Waba yinkosi yoMbuso wakwaZulu kusukela ngonyaka wezi-1913 kuya kowezi-1933 ngonyaka akhothama ngawo. Noma becela izinhlahla bayaye basebenzise amanzi. ULuji wabuye wathatha isikhundla sikamnewakhe uSababo sokuhola indlu yakwaButhlelezi eNtabankulu. Endleleni bebalekela lezi zilwane bahlangane nabantu bakwaMzulwini ababaxwayisa ngobungozi baleyandawo. Emilenzeni yethu emibili edlule ngomlando weSilo uMisuzulu kaZwelithini kuvele izinto ezehlukene okukhona kuzo amagama uHlomesakhe isihlangu noSinqobile kant. Ike yabanjelwa uyise omdala uSithambe, nokuthe engakhula wamshenxela. Kulezozinsolo bazesekela ngokuthi babehixe umuthi ezikhumbeni abasika kuzo amahawu ababanikeza wona. NoSithambe ubuye wabuthola ubukhosi khona laphaya oPhongolo. INkosi uPhakathwayo yamtshela ukuba akushintshwane nayo kube khona ekuhlomulayo kwabakwaZulu. UMomathawula naye waphuma wakha owaseNsinga. NgobephikelelamadodakwaZulu Ngonyaka wezi-1899 uStiphen waya phesheya kwezilwandle kwelaseMelikha nogcine esethatha isinqumo sokuba isakhamuzi sakhona. Lezi zinsizwa zikaNcindi zavelela kakhulu endlunkulu yakwaZulu ikakhulu ngesikhathi sokubusa kweSilo uShaka kaSenzangakhona. Nakuba uMashobana wayeganwe indodakazi yakhe yambulala. Phakathi kwemizi yayo eyabe ibusela kuyo kubala owaseMthandeni, owasOdwini, owaseYideni, eNdlekezeni, nowaseMaganukeni. Wayakhe umuzi wakhe ngokuyela ngaseHlobane. Phela ubambo, inyama esemqoka kunazo zonke izinyama ngoba ivikela izitho ezibucayi nezingaphakathi. UMvulana wazala uKhobonyela owazala uKlwana yena owazala uBantubetsumo, uMabende, uMagamndela, uMahlathini, uNdabezimbi noMpisiyakhe. Umlando weNkosi uMbambatha (abanye bathi uMbambada) ungohlabahlosile nokho unezifundiso ezinqala. Uyise esaphila kubonakala ukuthi akasindi uNdunga wabekwa ngokusemthethweni ukuba abe iNkosi. The play picks up his life from when he reaches adulthood. Yanjengegama likadadewabo uSimiso UGodo esengowakwaMahamutsa waganwa uMaMbele noMaMokoena. Two years later an old friend of his, General Louis Botha, became Prime Minister of the Union of South Africa. Waganwa amakhosikazi amathathu okunguMaNgema, uMaNcanana, uMaDludla. UMnandingamondi (Mnandi) kaNdaba wazala uSowalisa, yena wazala uSondiya yena wazala uSondaba ozala uNdlunkulu weNkosi uSenzangakhona owamzalela uBhakuza. Okwanamuhla asiwubambe lapha lomlando,sizobuya nengxenye yesibili ngokuzayo. Ugcine esebizwa ngoKhangela ngoFasimba . NoManxanxa ngokuba nebala elimhlophelathi uzokona impi yalo. . Abafana babebuyakobheka izinkomo entabeni iBabanango ingakabizwa ngaleli gama. Ihothame ngonyaka wezi-2007 isabuse kuphela iminyaka eyisihlanu (5). [3] To date, there is conflicting evidence as to how Baden-Powell came upon the beads as well as the specific purpose and owner of the beads. UKhondlo ebona ulaka lukamnewabo wathatha izimpahla zakhe wathutha kwaMahlosa waqoka ukuyohlala emzini kaNonkonkela wakwaNqandaza. Ngasekupheleni konyaka wezi-1927 wakhulela umntwana. Esizweni sabeSuthu bakwaMoloi, uGodo wahlangana nomunye umnewabo ogama lakhe kwabe kunguMnguni kaNyovana. Kwathi iNkosi uShaka ilwa nabeSuthu bavele bagibela entabeni yabo i-Mosega nababeyisebenzisa njengenqaba yabo. KwaQwabe bamukelwa kahle baze bahlatshiswa. Ngonyaka wezi-1930 kubonakala ukuthi uyise iNkosi uNdunge wabe esekhule kakhulu waqokwa ukuba ambambelwe isihlalo. Indlu yakhe yaziwa ngokuthi indlu yakwaLubi. Ngempela salwa nenkosi yakwaMandlakazi empi yaseTshaneni neyakwaNdunu lapho iSilo uDinuzulu sadla khona umhlanganiso . Wafike wakha umuzi waseNtshobozeni/ kwaNtshoboza ngalapho sekwakhiwe khona Isibaya Cassino. Yena nozalo lwakhe bagcine besebenzisa isibongo sabafowabo bakwaBiyela ukunesakwabo kwaNtshangase. Ubuye wathutha eMandawe wayokwakha umuzi wakhe wasOngoye ngoba ethi usegoyile kulandela ukuphuma kubo eBabanango. Bezwana kakhulu neSilo uShaka futhi bengehlukani. Kuthe uma esegula futhi esebona ukuthi uzokhothama wacela umlamu wakhe okwabe kunguMakhutha nowayesemenze induna yakhe ukuba amsize abambele abantwana bakhe isihlalo sobukhosi. Kwathi uGcoboki wazala uManqele-owazala uKhisa-owazala uDlangezwa. Ngaphambi kwalokho zonke iziNgonyama zamaZulu zazinakekelwa ngamaZulu uqobo kwethulwa izinkomo zibulala inyoka kuze kufike eNgonyameni uCetshwayo lapho izinkomo iNyonikayiphumuli zazibulala inyoka zaqolwa ngabahlaseli bamaNgisi. UMgwazi kadinwa zinqapheli Bawathelekela amaNtungwa bawagwaza kwaba bomvu izintaba izingazi zamadoda. Ngonyaka wezi-1953 wabuya ekhaya esezokuba iNkosi yesizwe sakwaButhelezi. USiphungaphunga kaMuziwakhe uphume eGubha wakha umuzi wakwaLalela, kwathi abafowabo oSoxhaphakile noMdloti bona bephuma eGubha bakha umuzi waseMandleni. Isilo uShaka sizwa lawomazwi ayevela kuMzilikazi sathumela ibutho uMbelebele ukuba liyozilanda ngejozi. UMaDludla wazala uMdloti owabuthwa waba nguManukelana. Uzalo lukaMbhecwa kaNkuna kaGwayi kaMbadu waseMasomini lutholakala eNingizimu nezwe lakwaZulu. Olweqe luphindelela kwaMandlakazi, IziNgqungqulu zibethene phezulu Ube njengohlanya, UMashesha njengezulu* Kwathi lapho uPhindela esegula wakhomba umlamu wakhe okwabe kunguMakhutha ukuba abambele izingane zakhe ngoba enethemba lokuthi angeke azibangise izingane zakhe uma sezikhulile. Wathi amabutho akhe uma esebahlasela awakhwele intaba engazikhuzi iziqubulo. Kuleyompi yabakwaMthethwa nabakwaButhelezi kwakukhona amadodana eNkosi uSenzangakhona wakwaZulu. "Asiwubambe lapho umlando . USababo walwa ngokukhulu ukuzinikela. KwaMthashana intaba eseduze nedolobha laseFilidi . ISilo sesehluliwe sibalekela kwaNyawo, wayehamba naso namabutho. UShaka naye wayesibhekile isihlalo kwazise nguye owayemdala kubantwana bakaSenzangakhona. Kawabe usazinika mlomo, Eyakudabula kuSonkeshana Umnawayo uMkhandumbabheka umhlaba waseMpithimpithini wabuya wazobambela inkosana uMathole isihlalo eKushumayeleni. Bahlobene nabantu bakwaQwabe. Akwabindaba zalutho, Wamudla uNdlovu kaMaphitha UHlathi owayeganwe amakhosikazi amathathu wakha umuzi waseYiloyini nowaseSinyameni. Kuthiwa kulesisiziba kwaqhamuka isalukazi siphethe ingane eyabe igoqwe ngesikhumba. INkosi uMnyamana ukuhlonipha ikhanda lakwabo wasikela uBantubetsumo kaKlwana kaKhobonyela ingxenye yezwe lakhe laseBaqulusini, eNgoje kubheke oPhongolo. Esekhotheme uyise, uSingila waba inkosi. UGodo kaNyovana ebalekela uBhahwana, wahamba waze wayofika kwelabeSuthu eFree State. Kuleyandawo yasoPhongolo afike kuyona leyo nduna yaKwaZulu, UMamba kaNcindi wabulawa umnewabo uMdlaka ngoba etshelwe Isilo uShaka ukuthi sinokumesaba. Kunengxenye eyathutha yaya kokwakha eNquthu, enye yasala eMcakwini. Baphuma kubantu bakwaQwabe. The following year he was installed as the British government's InDuna. Lawamadodakazi kayise uMcineka nabalandeli bakhe balala nawo. Kuleli eselibizwa ngelikaMthaniya umlando ubaveza ukuthi bangobudabuka eBabanango. Yena Nomfowabo uNqengelele kaMvulana, kwaZulu baba abantu abakhulu. UQwabe uzale uNdaba, uMahlobo (owasheshe wedlula emhlabeni), uSidinane owaba inkosana nabanye. EMbumbulu abantu bakwaMsomi bakhonze esizweni sakwaHlengwa. Yadedela indodana yayo iNkosi uMusa Eric Gumede. UMvuneni owaganwa uMaButhelezi wathutha wayokwakha eGingindlovu. Abanini Mpembeni basamangele, UMagalelagase UNtopho uzale uNcindi nenkosazana uMehlana owagcina egane iNkosi uSenzangakhona kaJama wakwaZulu. Izizwe zabaNguni zazibanikeza izikhumba zezinkomo , ezezinyamazane , amazinyo ezindlovu nokunye. After the rebellion had been put down, Dinuzulu was accused of giving orders to Bambatha to start the rebellion and was put on trial for treason. To contest the succession, Dinuzulu first appealed to the British, but received no response. Impi isiphelile kwatholakala ukuthi abekho bonke laba engibabalile lapha phakathi kwezinsizwa ezazisindile. Indaba engiyizwe ngimncane nhlunu kayigezwa wayigeza uyoyihlawula. Incwadi ephelele yomthandazo weNkosi isho kuMathewu 6: 9-15: "Ngakho-ke, lokhu kufanele uthandaze: "'Baba wethu osezulwini, malingcweliswe igama lakho, umbuso wakho uze, intando yakho yenziwe emhlabeni njengasezulwini. UMaMdunge wazala uMafikayishintsha, uFekethisa, uLuguje noMathamnandi. Abantu bakwaNduli kusengabantu bakwaKhwela. Ekukhothameni kukaMakhutha owayebambele uDiki kaPhindela wakwaNduli kwabekwa indodana yakhe esihlalweni enguMntambo.Wathi uDiki uyasifuna isihlalo sakhe abakwaQwabe , nabasebebizwa ngoMakhanya okwabe kunguMkhulu kaMakhutha bamtshela ukuthi uPhindela wabapha bona ubukhosi base bebuthola kanjalo ke ubukhosi. Wakhethelwa nguNkosiluhlaza UKhobonyela, uNqengelele nabanye bakwaButhelezi basuka eMnambithi bahamba baze bayowela umfula iMpembeni bangena kweleNkosi uSenzangakhona KwaZulu. Umndeni waqokwa uShiyane kaNdunge owabe engumnawabo weNkosi ukuba kube nguye othatha isihlalo wenzeka konke lokhu inkosi endala uNdunge wabe esadla anhlamvana. Bakha imizi bawenza abafazi babo. Dinuzulu kaCetshwayo (1868 18 October 1913,[1] commonly misspelled Dinizulu) was the king of the Zulu nation from 20 May 1884 until his death in 1913. DigitalManager. Wamtshela ukuthi into ababeyenzile yabe ingamanyala. Usibamba nkunzana bayesabayo Isilo uShaka sabe sesibeka uNonkonkela ukuba abe iso nesiphakanyiswa saso esimbhekele isizwe sakwaButhelezi. Wabuye waqeda igama lomuzi kamfowabo wakwaBhekifa wase akha umuzi wakwaPhuphemkhulu. Wamshaya phansi koludumayo UShibela wazala uLokoza ozale uMthuyisazwe noMandulo. Ukusuka lapho uMcineka bambiza ngoGwazela kulandela ukugwazela umnewakhe uQwabe inyamazane. Inkosana yakhe enguMnyamana, wake wabanjelwa isihlalo ngumnewakhe uKlwana kaKhobonyela. Lona ngumlando oyoqoshwa futhi ufundwe yizizukulwane. UMaNdlovu wazala uMqombothi noMshiyazeqana. UMamonga kabulali uyasizila ULuji wengamela lendlu ngesikhathi seNgonyama uMpande kwaze kwaba indodana yayo iSilo uCetshwayo. Uma iNkosi izokwenza umsebenzi eMcakwini yayithumela ukuba kulandwe izinkabi ezikhuluphele kwaNomahhina ukuba kuzohlatshwa zona. Abantwana bakaMvulana bazama ukukhononda ngalesi senzo seNkosi. AMANGISI KWELENKOSI UCETSHWAYO (eSandlwana: 22 Masingana 1879) Ukuhlaselwa kombuso wakwaZulu, uhlaselwa ngamabutho amaNgisi ekuqaleni konyaka wenkulungwane namakhulu ayisishiyagalombili namashumi ayisikhombisa . Bheka kwiwebhusayithi yethu uthole eminye i. mininingwane ngalesi sihloko kanye nezinye. Ngakhoke kusukela eMakhosini oCengesi kuya phansi eNkosini uMhlanganyelwa Zwane isizwe sakwaZwane besesihlakazekile. Ezindlini zamankengane, INgqungqulegoqamaphiko Eqhubeka nokudelela wathi baze bamtshele ukuthi yena akaqhudelani nomfana wenguni othi mayedla axube ukudla ngokubamba ukhezo ngesandla sokunxele ngesikhathi esifanayo abuye akhe ngesandla sokudla, kuthi kusenjalo ashaye inja ngekhanda. Ngaphezulu yesabukuhlatshwa, ORDER: 061 868 5163 (WHATSAPP OR CALL) PRICE: R200. UFebe wazala uPhindela noGcoboki. Umbheki wenkosana Ntshangase onamabhasi ahambela kuleyandawo yasenyakatho namaphethelo ungowozalo lukaManxanxa. Kwabamhlophabelungu UMasokhonjiwe kaMmemiwempi wakha umuzi waseKwazini. Ugcine esekhushulelwe esikhudleni sobukhosi. Wabe esethumela amadodakazi akhe ukuba abahambisele umbila ngamaqoma. Wafika wacela ukuphuziswa amanzi. Ezinsukwini zami zokugcina ngisazimisele ukwenza noma yini iSilo neSizwe ababheke ukuba ngifake kukho ihlombe, ukukhuphula iSizwe. Bathi befika wakhwela wadilika kuNonkonkela kuDlakadla. INkosi uMathole, isikhulile yathatha isihlalo yaba sobukhosi. Wathi uma uMnguni ezwa ngesenzo asenza eshisa imizi yakubo, yoBhahwana noNombona wamxosha. Umndeni wakwaMsomi waqoka uHarrington Msomi ukuba abe inkosi yawo nesizwe sakwaBhekani. Lakha kulendawo ngenhloso ukwakhwa ukuthula phakathi kwezizwe zabo esakwaQwabe nesakwaZulu. Kwalwa amadodana akhe ayesemabuthweni uFalaza, uVe, noPhefeni. Yabulala inkomo yase ithi izitho zayo azikhishwe ngononina njengokujwayelekile uma kubulwe inkomo. UMnyamana wazala uTshanibezwe, uMkhandumba, uMaphovela, uMbulawa, uNdulunga, uMpushana, uMahhoyana, uKhehla, uMntumengana, uPhilibana, uQungisibindi, uMatiweni, uMayiwane, uSimelwane nabanye. Banquma ukubaleka babuyela emuva kwelikaMthaniya. Izinkomo zakhe wayezishaya uphawu lwakhe olungafani nolukamkhwenyana wakhe ngoba enzela khona ukuba kungabi nenxabano uma sekwabiwa amafa. Eduze kwetshe kunethuna lakhe uMangethe ngaphansi kwayo intaba. Wamudla uSikhizane kaNomageje UNomndayi wazala amadodana amabili uGwayi noMoyeni kanye nentombazane uNyephase ogcine esegane iNkosi uKhondlo wakwaQwabe uKhondlo. Wawalethelwa uMntwana uMagogo. Kwabuya kwatheleka elinye idlanzana elabe libuya phesheya koThukela, KwaZulu. NabakwaVuma Abantu bakwaButhelezi bangesinye sezizwe ezinkulu kakhulu kuleli likaMthaniya, nomlando wabo mkhulu kakhulu embusweni wesizwe sakwaZulu. Bavumelana ngokuthi kube uNqengelele oya KwaZulu ngoba yena babengamazi wayesemncane kuliwa. Kwakuyaye kuthi uma kunemicimbi emikhulu kwaQwabe abakwaKhuzwayo bawele bayohlanganyela ndawonye nabakwaQwabe eMthandeni. Kwathi uma uMaguya wakwaNduli ebona lesisisenzo sabeSuthu wacasuka kakhulu. Wabe eseganwa okaMnguni owamzalela uNdaba nabanye abantwana. Babuye bathutha babuyela esigodlweni sikayise kaMalandela uLuzimane sakwaNkomonye esabe siseBabanango. Abasala eMpaphala bazibiza ngokuthi bangabaseMambedwini, kwathi abawela uThukela bona babizwa ngokuthi bangabakwaNqetho. UMasokhonjiwe waganwa uMaXulu noMaMdunge. AbakwaButhelezi bathi kwakulunyawo nesandla sikaButhelezi. Laba abanganeno komfula babamemeza bathi 'Salani kanjalo nomkhanya wenu lowo'. Kunkosikazi wakhe uNovivinya uthole umntwana uJohn Ogle. Today the Wood Badge beads are replicas of the original beads. Isilo uMpande sakhise uMadwaba endaweni ephakathi kweNkandla neShowe. Bathatha igazi enxebeni baligcoba emdidi wayo. Ngakho-ke bonke abantu bakaSingila kwabe sekuthiwa ngabaseMasomini. ISilo uShaka sibona isenzo sabakwaQwabe sathatha isinquma sokuba sihambe siyozakhela sona luqobo ukuze sizowuvikela ungabe sashiswa. Wamchazela ngokwambalekisa ekhaya. Umngcele wezwe lakwaNduli wawusikelana nabantu bakwaCele eZimbokodweni, kube abakwaLuthulu (Mthuli) eNungwane. Waya komkhulekela eNkosini kodwa senqaba ukuba angeniswe elawini laso. Umlando weNkosi uMbambatha (abanye bathi uMbambada) ungohlabahlosile nokho unezifundiso ezinqala. Kwathi iBhunu uPotolozi UDlakadla ezwa ngokubuya kwakhe wabaleka wayokwakha phesheya koPhongolo. Unina weSilo uDinuzulu kwakuyiNdlovukazi uNomvimbi indodakazi kaMsweli Mzimela . Bese ntabeni omunye wabafana wezwakala esememeza ethi Baba nangu uLuzimane. USohoyana wazala uNokhowana yena wazala uMasimba. Ithole lakokaMsweli ISilo uShaka (ILembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha) nezinsizwa zaso bangena indlela balibhekisa kwaGibigxegu, eDlangubo. Wayekhona empini yeSilo uShaka eyayihlasela amaMpondo. Ngokungamethembi uyisemkhulu uMashobana nabantu bakhe bahlubukela KwaZulu. Ingxenye yezwe lakhe lasikelwa uMntwana uHhamu kaMpande. Kubantwana bakhe kwabe kukhona uGadla noMankomo ababezalwa uNombona okwabe kungumnawabo kaBhahwana wakhona kwaButhelezi. INkosi yakwaQwabe uPhakathwayo ezibona eseyisiboshwa sakwaZulu wamemeza wathi Ewu ngaze ngahudelwa igwababa. The British later realized the futility of breaking up Zululand into the territories and restored Cetshwayo as paramount leader of the territories. He was succeeded by his son Solomon kaDinuzulu. INkosi uPhungashe seyehlulwe impi yeSilo uShaka, wasola ukuthi uNonkonkela wayemnikeze intelezi yakhe yempi. UMsicwa wazala uMandulo owazala uMthunzi owazala uZakhele. Wayeyingwazi , umdidiyeli nomkhuzi wempi yeSilo uShaka. Undlunku omdala kaVelabengasho nguMaBhengu. Zalotshwa ngamaGumgedlela, Your email address will not be published. OQwabe nakuba bebuye babizwe ngoGumede abahlobani noGumede basenyakatho, nabaziwa ngokuthi Gumede bakaManukuza noma bakaMthonga. USukumisa owashonelwa uyise esemncane wakhuliswa uyise omncane uPhondolwendlovu. Abasekhaya konina yingakho ke lomntwana bametha bathi uMangosuthu. Impi yabo yabe yaziwa ngokuthi impi yeZinkonde okwabe kuligama lebutho izinkonde nelabe lisekela uPhakathwayo. UNdaba uhlomehlathini Namanje labo basekhona kwelabeSuthu bagcina sebekhuluma sona. UYayisa uye oqhube umliba osasebenzisa isibongo sakwaSabela kwazothi uzalo lukamnawakhe lona lwazibiza ngaye uGwamanda. Can you, Brother please write a book about this, or at least give some of us this reference, Powered by WordPress & Theme by Anders Norn. INkosi uBantubensumo yabe iyinyanga iboniswa impela emaxolweni emithi. Uhlale KwaZulu kwaze kwaba kubuya uMntwana uShaka esezokuba inkosi KwaZulu. Isono sokubulawa kwakhe kwaba ukuthi okaLanga wayemsola ngokuvusa inyamazane yakhe ayehlela ukumbulala. UMmemiwempi wakwabo kaDunamanzi waganwa uMaQwabe wazala uSikhwili, uMasokhonjiwe noSifuba. INkosi yathi uSingila ngokuthatha inyama yobambo kuchaza ukuthi uyokwazi ukuvikela abantu ababuthaka ngakho nguyena ozokuba inkosi. Indawo yabo yaziwa ngokuthi ikwaBhekani. Yingakho uMadwaba eqambe umuzi wakhe awakha khona wathi iseZithiyeni, ngoba ethi uzothiya lezi zilwane ezaziluhlupho kulendawo. Endleleni behlasela izizwe ababedlula lapho zakhe khona. Kulomuzi kwaseMthandeni kwakunamakhosikazi amathathu eNkosi endala yakwaQwabe unguMncinci ozala ukaKhondlo nobabekazi beNkosi uPhakathwayo. UMnyamana wakhula waqala waba inceku yesilo esigodlweni uMgungundlovu. Negama iBabanango lavela kuduke indodana yeNkosi uShenge kaNdaba kaMlotshwa kaButhelezi ogama layo kwabe kunguLuzimane. Wathi abagunde amakhanda kwazise kulula ukubona umuntu wakwaButhelezi uma enezinwele uba nontsintsi enhla kwesiphongo. UMaNgcobo wazala uMkrikhomende. INkosi uSenzagakhona yanikeza uNgeqelele nomdeni wakhe indawo yokwakha, bahlala banethezeka. Kuzosa kuhanjwe kwana imvula enkulu, imifula yagcwala. Wabuye waya kofunda e-Univesirty of Fort Hare nokulapho aqala khona ukuzimbandakanya nomzabalazo wezoMbusazwe. UNonkonkela wathatha izinkomo nezimbuzi zakhe okwakuhlala kwaMakhohlisa waya nakho emzini wakhe kwaNqandaza. Kwabasala kwelaseQwaqwa bakha, banda impela baba isizwe esiningi koNtabazawe nasezintabeni zoKhahlamba. ISilo uShaka samakhela umuzi. UNqengelele wazala abantwana abaningi. Nakuba wayeganwe kangaka inzalo ayimvumanga kakhulu. Inkosi uHarry Ogle yashona mhlaka 5 Aphreli 1945. Kwasinda uZililo yedwa qhwaba. Lapha kuwe Shenge. Uyise iNkosi uSenzangakhona yalandula yathi lo mkhonto kwabe kungokaSigujana neyabe isimhlonze njengozokuba inkosana eyomlandela ukuba inkosi. NjengeNkosi yaMantshali Saziphathela sona udaba lokugana kukadadewabo kwaButhelezi. INkosi uMnyama wayeyindoda enomgogodla, elimela iqiniso. Uke waxabana neNkosi uDingiswayo wakwaMthethwa balwa wehlulwa uPhungashe. AbeSuthu avele abaqhulula ngamatshe abakwaZulu.